Home
Ikhaya

UMPROFETHI weIslam
MUHAMMAD ﷺ
“Futhi asikuthumelanga ngaphandle kokuthi ube njengomusa emihlabeni ” (Qur’an, 21:107)
Impilo nemiFanekiso Eyakhayo, lapho kuhona Imfundiso Yakhe Eyenze Isisekelo Sokuziphatha kwi-Mpucuko yamaSulumane
Ungubani Yena Ngesi-Arabhu, igama elithi “Muhammad” lisho umuntu ophakeme, njalo futhi ngokuphindaphindiweebongwa ngemisebenzi yakhe emihle. Ngakho-ke, ungumuntu oncomekayo.

Isibonelo Sami uma ungiqhathanisa nabanye abaProfethi abafika ngaphambi kwami, kunjenge ndoda eyakha umuzi iwuqede ebese kusale isitini esisodwa. Uma abantu bewubona lomuzi, bayawuncoma ngobuhle bawo bese bethi: Indlela obuzoba muhle ngayo ukube isitina besifakiwe endaweni yaso! Ngakho-ke Imina leso sitina, Futhi Ngingu Mprofethi WokuGcina.
Umthombo: Bukhari 4.734, 7.735
Brought to you by
I-Muslim Central
&